Skip to Content

"egqumeni"

7 occurrences in ZUL

Mangihlabelele ngothandiweyo wami , isihlabelelo sothandiweyo wami ngesivini sakhe . Othandiweyo wam i wayenesivini egqumeni elivundile kakhulu;

inkosi yaseDori egqumeni laseDori: inye; inkosi yaseGoyimi eGiligali: inye;

U-Eleyazare indodana ka -Aroni wafa ; bammbela egqumeni likaFinehasi indodana yakhe, abenikiwe lona ezintabeni zakwa-Efrayimi.

USawule wezwa ukuthi uDavide uyaziwa nabantu ababe naye ; uSawule wayehlezi eGibeya phansi komtamariske egqumeni ephethe umkhonto esandleni sakhe, zonke izinceku zimi ngakuye.

Esefike egqumeni wakuthatha esandleni sazo, wakubeka endlini, wavumela abantu ukuba bahambe; basuka.

Ngokuba bakhuphuka egqumeni laseLuthite , bekhala njalo , nasekwehleni ukuya eHoronayimi bezwile usizi lokukhala kwencithakalo.

Abantu bami babe yizimvu ezilahlekileyo; abelusi babo babadukisile , babazulazulisa ezintabeni , basuka entabeni , baya egqumeni , bakhohlwa indawo yabo yokuphumula.