Skip to Content

"ekujuleni"

12 occurrences in ZUL

Uyakuba njengolele ekujuleni kolwandl e nohlezi esihlokweni sensika yomkhumbi.

Ngakho-ke asiyikwesab a nokuba kuguquka umhlaba , nezintaba zidilikela ekujuleni kolwandle,

Bheka, uthanda iqinis o ngaphakathi enhliziyweni ; wongifundisa ukuhlakanipha ekujuleni kwenhliziyo.

INkosi yathi: Ngiyakubabuyisa eBashani, ngibabuyise ekujuleni kolwandle

Wakhuza uLwandle Olubomvu , lwasha; wabaholela ekujuleni njengasehlane.

Laba babona imisebenzi kaJehova nezimangaliso zakhe ekujuleni.

ngiyakukwehlisa nabehlela egodini , kubantu basendulo , ngikuhlalise ekujuleni komhlaba kanye nabehlela egodini njengasezindaweni ezichithekileyo kwasendulo , ukuze ungahlalwa , ngisabeka udum o ezweni labaphilayo.

Ngesikhathi sokwaphulwa kwakho ngamanz i ekujuleni kolwandle impahla yakho naso sonke isixuku sakho kwawela phakathi kwakho.

Wangiphonsa ekujuleni, enhliziyweni yolwandle, umfula wangihaqa; onke amadlambi akho namaza akho adlula phezu kwami.

Uyakubuye asibekezelele , anyathele phansi ububi bethu ; yebo, uyakuphonsa zonke izono zabo ekujuleni kolwandle.

Kodwa okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa yimi , kungcono k uye ukuba itshe lokusila ligaxwe entanyeni yakhe , azikiswe ekujuleni kolwandle.

Kuthe esegcinile ukukhuluma , wathi kuSimoni : Qhubekela ekujuleni , nehlise amanetha enu, nibambe.