ngokuba anikafiki ekuphumuleni nasefeni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.
engafunga ngabo olakeni lwami , ngathi: Abasoze bangena ekuphumuleni kwami.
Buyela ekuphumuleni kwakho , mphefumulo wami , ngokuba uJehova ukuphathe ngomusa.
Vuka, Jehova, uye ekuphumuleni kwakho , wena nomphongolo wamandla akho.
ngaze ngafunga ekuthukutheleni kwami , ngathi: Abayikungena ekuphumuleni kwami.
Yibaphi afunga kubo ngokuthi abayikungena ekuphumuleni kwakhe , uma kungesibo abangalalelanga na?
Ngakho-ke masesabe ukuba , kuthi kusekhona isithembiso sokungena ekuphumuleni kwakhe, kungabikho noyedwa kini obonakala esele emuva.
Ngokuba siyangena ekuphumuleni thina esikholwayo njengokusho kwakhe ukuthi: Kanjalo ngafunga ekuthukutheleni kwami , ngathi: Abayikungena ekuphumuleni kwami , nakuba imisebenzi y ayenziwa kwasekusekelweni kwezwe.
nakule ndawo uthi futhi: Abayikungena ekuphumuleni kwami.
Ngokuba ongenile ekuphumuleni kwakhe yena uphumula emisebenzini yakhe njengoNkulunkulu kweyakhe.