"eliphakathi"
9 occurrences in ZUL
Basuka e -Elimi; ibandla lonke labantwana bakwa -Israyeli lafika ehlane laseSini eliphakathi kwe -Elimi neSinayi ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesibili emva kokuphuma ezweni laseGibithe.
Kanjalo niyakwahlukanisa abantwana bakwa -Israyeli nokungcola kwabo ukuba bangafi ekungcoleni kwabo , lapho bengcolisa itabernakele lami eliphakathi kwabo.
Wayenabaqamekeli behlezi ekamelweni eliphakathi . Wayesethi kuye : AmaFilisti aphezu kwakho, Samsoni. Wayesegqabula izinsinga njengentambo yefilakisi igqatshulwa , lapho izwa umlilo . Ngalokho amandla akhe awaziwanga.
UDelila wayesethatha amagoda amasha , wambopha ngawo , wathi kuye : AmaFilisti aphezu kwakho , Samsoni. Abaqamekeli babehlezi ekamelweni eliphakathi. Wawagqabula ezingalweni zakhe njengomucwana.
Umnyango wekamelo lohlangothi eliphakathi wawuseceleni lokunene lendlu; kwakhushukwa ngezikhwelo ezishwilayo ukuya ophondweni olungaphakathi, kuphunywe kolungaphakathi kuyiwe kolwesithathu.
Kwathi eseqedile ukunikela ng omnikelo wokushiswa , uJehu wathi kubalindi nasezinduneni : Ngenani, nibabulale, kungaphumi muntu . Bababulala ngosiko lwenkemba . Abalindi nezinduna babantshinga phandle , bangena ekamelweni eliphakathi lendlu kaBali.
kwangena zonke izikhulu zenkosi yaseBabele, zahlala esangweni eliphakathi, oNerigali Sareseri , noSamigari Nebo , noSaresekimi induna yezinceku , noNerigali Sareseri induna yabapristi , kanye nazo zonke ezinye i zikhulu zenkosi yaseBabele.