Skip to Content

"elivela"

10 occurrences in ZUL

Basuka lapho , bamisa ngaphesheya kwe -Arinoni elisehlane , elivela emkhawulweni wama -Amori, ngokuba i -Arinoni lingumkhawulo welakwaMowabi, phakathi kwelakwaMowabi nama-Amori.

Kwathi lapho nilizwa izwi elivela phakathi kobumnyama , intaba ivutha umlilo, nasondela kimi, zonke izinhloko zenu zezizwe zenu namalunga enu,

Bheka, mina ngiyakulibala ngasemazibukweni asehlane , kuze kufike izwi elivela kini lokungibikela.

Bheka, abantwana bayifa elivela kuJehova, isithelo sesisu singumvuzo.

Indlu nemfuyo kuyifa elivela koyise , kepha umfazi ohlakaniphileyo uvela kuJehova.

Yizwi lomsindo elivela emzini , yizwi lasethempelini ! Yizwi likaJehov a ephindisela izenzo zezitha zakhe.

Ngaleso sikhathi kuyakuthiwa kulaba bantu nakulo iJerusalema : Ishisandlu elivela emadulini angenalutho liya endodakazini y abantu bami , lingayikubahlakaza, lingayikubahlunga.

uSedekiya inkosi wathumela wamlanda ; inkosi yambuza ngasese endlini yayo, yathi: Kukhona izwi elivela kuJehova na ? UJeremiya wathi: Likhona. Wathi futhi: Uyakunikelwa esandleni senkosi yaseBabele.

Ilineni elicolekileyo elifekethisiweyo elivela eGibith e lalinguseyili wakho , laze laba yibhanela kuwe ; isimbozo sakho sasiluhlaza sibubende , sivela eziqhingini zase-Elisha.

Khona izwi elivela ezulwini laphendula ngokwesibili , lathi: Lokho akuhlambululileyo uNkulunkulu, ungasho wena ukuthi kuyichilo.