KwaGadi: u-Eliyasafa indodana kaDehuweli.
Nesizwe sakwaGadi : isikhulu sabantwana bakwaGadi siyakuba ngu - Eliyasafa indodana kaRehuweli.
Isikhulu sendlu kayise wamaGereshoni siyakuba ngu -Eliyasafa indodana kaLayeli.
Ngosuku lwesithupha ngu -Eliyasafa indodana kaDehuweli , isikhulu sabantwana bakwaGadi.
Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu : izinkabi ezimbili , nezinqama eziyisihlanu , nezimpongo eziyisihlanu , nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye ; lokho kwakungumnikelo ka -Eliyasafa indodana kaDehuweli.
Phezu kwebandl a lesizwe sabantwana bakwaGadi kwakungu -Eliyasafa indodana kaDehuweli.