Skip to Content

"emangeni"

4 occurrences in ZUL

Yilowo onezandla ezi ngenacala nenhliziyo ehlanzekileyo , ongaphenduleli umphefumulo wakhe emangeni nongafungi ngenkohliso.

Ubusisiwe umuntu obeka ithemba lakhe kuJehova , ongaphendukeli kwabazidlayo nakwabaphambukela emangeni.

Lokhu kungokwenkatho yakho, isabelo osilinganiselwe yimi, usho uJehova, ngokuba wangikhohlwa, wethemba emangeni.

Thuma kubo bonke abathunjwa , uthi: U sho kanje uJehova ngoShemaya waseNehelamu, uthi: Ngenxa yokuba uShemaya eprofethile kini , mina ngingamthumile, wanenza ukuba nethembe emangeni,