Kepha laba bangabantu abaphangiweyo nabamukiweyo ; bonke bacushiwe emigodini, bafihliwe ematilongweni ; bangabokuphangwa, akakho obophulayo, yebo, bayimpango, kungekho oshoyo ukuthi: Buyisa.
ngayizingela leyo Ndlela kwaz e kwaba sekufeni , ngibopha ngibakhaphela ematilongweni abesilisa nabesifazane,