Qeda isonto lalona, sikuphe nomunye ngomsebenzi osezakuwusebenza kimi eminye iminyaka eyisikhombisa.
Wangena nakuye uRaheli , wathanda uRaheli kakhulu kunoLeya ; wayesesebenza kuye eminye iminyaka eyisikhombisa. Amadodana okuqala kaJakobe
Amanoni engcuba namanoni okudweshuliweyo angasebenza yonke eminye imisebenzi; kepha ningawadli nempela.
uma ugcina yonke le miyal o ukuba uyenze , engikuyala ngakho namuhla , umthande uJehova uNkulunkulu wakho , uhambe njalo ngezindlela zakhe , wozithasiselela eminye imizi emithathu ngaphandle kwaleyo emithathu
Eminye imindeni yamadodana kaKohati yayinemizi yemikhawulo yayo esizweni sakwa-Efrayimi.
kodwa eminye imikhunjana evela eTiberiya yafika eduze nendawo lapho badla khona isinkwa, iNkosi ibongile;