nomfazi, uma enendoda engakholwayo , yona-ke ivu ma ukuhlala naye , angayishiyi indoda.
Ngokuba indoda engakholwayo ingcwelisiwe ngomfazi , nomfazi ongakholwayo ungcwelisiwe ngomzalwane . Uma kungenjalo , abantwana benu ngabe bangcolile; kepha kalokhu bangcwele.
Xwayani, bazalwane, ukuba nakoyedwa kini kungabikho n hliziyo embi , engakholwayo, emhlubukisa kuNkulunkulu ophilayo;