Uyalala enothile , angakuphindi kodwa ; uyavula amehlo akhe, abe engasekho.
Kuse ngumzuzwana , omubi angabe esabakho ; kuyakuthi lapho uhlola indawo yakhe, uyakube engasekho.
Kepha mina ngiyakumhlubula u -Esawu, ngambule izindawo zakhe ezichithekileyo, kanakucasha; inzalo yakhe ichithekile , nabafowabo, nabakhelwane bakhe, yena abe engasekho.