Skip to Content

"engcolile"

4 occurrences in ZUL

noma umuntu ethinta into engcolileyo, noma isidumbu sesilo esingcolileyo, noma isidumbu sen komo engcolileyo , noma isidumbu sesilwanyana esikhasayo esingcolileyo, kumsithele, engcolile nokho, woba necala.

Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: Uma owesifazane ekhulelwa, azale umfana, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikho mbisa; njengasemihleni yokungcola ngefindo lakhe wohlala engcolile.

Uma owesifazane ecucuza , ukucucuza kwakhe kube yigazi , uyakuhlala engcolile izinsuku eziyisikhombisa ; bonke abamthintayo bayakuba ngabangcolile kuze kuhlwe.

Uma kusembhedeni noma kukuyiphi into ahlala kuyo , nxa kuthintwa ngumuntu, yena uyakuhlala engcolile kuze kuhlwe.