ababemtholisa umuntu icala ngezwi nje , bambekela ugibe yena owathetha amacala esangweni, bachezukisa olungileyo ngento engelutho.
IGibithe lisiza ngeze nangento engelutho ; ngalokho ngilibize ngokuthi iRahabi elihlezi lithule.
Phakathi kwabakhulu balo akakh o oyakumemezela umbuso , nazo zonke izikhulu zalo ziyakuba yinto engelutho.
nowenza izikhulu zibe yinto engelutho, nabahluleli ukuba babe yize.
Bheka, bonke abafuthekela wena bayakuba namahloni, bajabhe; abamelene nawe bayakuba njengento engelutho, babhubhe.
Uyakubafuna, ungabafumani kodwa, labo bantu abaxabana nawe ; abalwa nawe bayakuba njengento engelutho nanjengeze.
Ngilaye, Jehova, kepha ngokwahlulela, kungabi ngentukuthelo yakho, funa ungenze into engelutho.
nina enithokoza ngento engelutho , nithi: Asizithathelanga izimpondo ngamandla ethu na?
Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa.