Wayesethi kubo uNikodemu owake weza kuye engomunye wabo:
Phezu kwazo wamisa abongameli abathathu , uDaniyeli engomunye wabo , ukuba izikhulu zibike kubo, ukuze inkosi ingalimali ngalutho.
Wayekhuluma ngoJuda Iskariyothe kaSimoni , ngokuba nguye obezakumkhaphela engomunye wabayishumi nambili.