Waselula isan dla sakhe ephezulu , wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.
Lolo suku malube ngubumnyama ; uNkulunkulu makangalunaki ephezulu , ukukhanya makungakhanyiswa kulo.
Waselula isandla sakhe ephezulu , wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.
Manje, profetha kubo onke lawa mazwi , uthi kubo: UJehova uyakuduma ephezulu, aliphumise izwi lakh e esendaweni yakhe engcwele ; uyakuduma nokuduma phezu kwekhaya lakhe , amemeze njengabanyathela iwayini kubo bonke abakhileyo emhlabeni.
Ephezulu ungithumele umlil o emathanjeni ami , wawahlula; wenekele izinyawo zami inetha , wangibuyisela emuva. Ungenze incithakalo, ngiphele amandla usuku lonke.