Skip to Content

"esinzima"

4 occurrences in ZUL

Abakhileyo ezweni , amaKhanani, sebebone isililo eGoreni Ha thadi bathi : Lokhu kuyisililo esinzima sabaseGibithe . Ngalokho igama laleyo ndawo laqanjwa ngokuthi i-Abela Misirayimi elingaphesheya kweJordani.

bheka, isandla sikaJehova siyakuba phezu kwemfuyo yakho esendle , naphezu kwamahhashi , naphezu kwezimbongolo, naphezu kwamakamela , naphezu kwezinkomo, naphezu kwezimvu, silethe isifo esinzima kakhulu.

Bheka, kusasa ngalesi sikhathi ngiya kuwisa isichotho esinzima kakhulu , esingazange sibe khona esingaka eGibithe, selokhu lakhiwa kuze kube manje.

UMose wayeseselula isandla sakhe ngasezulwini; kwaba khona isigayegaye esinzima ezweni lonke laseGibithe izinsuku ezintathu.