"esiphezu"
8 occurrences in ZUL
Ulibeke phambi kwesihenqo esingasemphongolweni wobufakazi , ngaphambi kwesihlalo somusa esiphezu kobufakazi , lapho ngiyakuhlangana khona nawe.
itende lokuhlangana, nomphongolo wobufakazi, nesihlalo somusa esiphezu kwawo, nezimpahla zonke zetende,
UJehova wathi kuMose : Khuluma ku-Aroni umfowenu ukuba angangeni njalo endaweni engcwele ngaphakathi kwesihenqo ngaphambi kwesihlalo somusa esiphezu komphongolo , ukuze angafi , ngokuba ngiyakubonakala efwini phezu kwesihlalo somusa.
abeke impepho emlilweni phambi kukaJehova ukuba ifu lempepho lisibekele isihlalo somusa esiphezu kobufakazi, ukuze angafi;
bayakuthwala izilenge zetabernakele , netende lokuhlangana , nesimbozo salo, nesimbozo sesikhumba samatahasi esiphezu kwalo , neveli lomnyango wetende lokuhlangana,