bafika ezweni laseGibithe , ngokuba babengalilaleli izwi likaJehova ; bafika eThahipanesi.
Lase lifika izwi likaJehova kuJeremiya eThahipanesi, lithi:
Thatha ngesandla sakho amatshe amakhulu , uwashiqele odakeni kuhonela ongasemnyango wendlu kaFaro eThahipanesi emehlweni abantu bakwaJuda,