Kepha uPawulu njengokwenza kwakhe wangena kubo , waphendulana nabo amasabatha amathathu, ethathela emibhalweni,
Khona sebemmisele usuku beza kuye endlini yakhe bebaningi , wabachasisela efakaza ngombuso kaNkulunkulu , wabaqondisa ngoJesu ethathela emthethweni kaMose nakubaprofethi , kusukela ekuseni kwaze kwahlwa.