Skip to Content

"eyimindeni"

14 occurrences in ZUL

KwaGereshoni kwavela umndeni wam aLibini nomndeni wamaShimeyi; yileyo eyimindeni yamaGereshoni.

KwaKohati kwavela umndeni wama -Amramu, nomndeni wamaJisihari , nomndeni wamaHebroni , nomndeni wama-Uziyeli; yileyo eyimindeni yamaKohati.

KwaMerari kwavela umndeni wamaMaheli nomndeni wamaMushi ; yileyo eyimindeni yamaMerari.

Yileyo eyimindeni yabakwaRubeni; ababalwayo kuyo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nantathu namakhulu ayisikhombisa namashumi amathathu.

Yileyo eyimindeni yabakwaSimeyoni, izinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili.

Yileyo eyimindeni yamadodana kaGadi ngokwababalwayo kubo , izinkulungwane ezingamashumi amane namakhulu ayisihlanu.

Yileyo eyimindeni kaJuda ngokwababalwayo kubo , izinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nesithupha namakhulu ayisihlanu.

Yileyo eyimindeni ka -Isakare ngokwababalwayo kubo , izinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nane namakhulu amathathu.

Yileyo eyimindeni yabakwaZebuloni ngokwababalwayo kubo , izinkulungwane ezingamashumi ayisithupha namakhulu ayisihlanu.

Yileyo eyimindeni kaManase ; ababalwayo kubo babeyizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nambili namakhulu ayisikhombisa.

Yileyo eyimindeni yamadodana ka-Efrayimi ngokwababalwayo kubo , izinkulungwane ezingama shumi amathathu nambili namakhulu ayisihlanu . Lawo angamadodana kaJosefa ngemindeni yawo.

Lawa angamadodana kaDani ngemindeni yawo : kwaShuhamu: ngumndeni wakwaShuhamu. Yileyo eyimindeni kaDani ngemindeni yayo.

Yileyo eyimindeni yamadodana ka -Asheri ngokwababalwayo kubo , izinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nantathu namakhulu amane.

Yileyo eyimindeni kaNafetali ngemindeni yayo ; ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nanhlanu namakhulu amane.