Kepha kwathi isiphuma leyo nceku , yafumana enye yezinceku ezikanye nayo enecala kuyo lawodenariyu abayikhulu , yayibamba, yayiklinya, yathi: Khokha icala lakho.
Izinceku ezikanye nayo zathi ukubona okwenz ekileyo, zadabuka kakhulu, zaya zabika enkosini yazo konke okwenzekileyo.
iqale ukushaya izinceku ezikanye nayo, idle, iphuze nezidakwa,
Khonzani koPriska no-Akwila, izisebenzi ezikanye nami kuKristu Jesu,