Skip to Content

"ezingaki"

7 occurrences in ZUL

Wathi kubo uJesu : Ninezinkwa ezingaki na ? Bathi: Eziyisikhombisa, nezinhlanzana eziyingcosana.

Yayisithi kuye inkosi : Ngiyakukufungisa izikhathi ezingaki ukuba ungakhulumi lutho kimi ngaphandle kweqiniso egameni likaJehova na?

Yayisithi kuye inkosi : Ngiyakukufungisa izikhathi ezingaki ukuba ungakhulumi lutho kimi ngaphandle kweqiniso egameni likaJehova na?

Anikaqondi yini, futhi anizikhumbuli izinkwa eziyisihlanu zezinkulungwane eziyisihlanu nokuthi nabutha iziqabetho ezingaki na?

Wathi kubo : Ninezinkwa ezingaki na ? Hambani nibone . Sebazi bathi : Ziyisihlanu, nezinhlanzi ezimbili.

Wababuza wathi: Ninezinkwa ezingaki na? Bathi: Eziyisikhombisa.

mhla ngihlephulela abayizinkulungwane eziyisihlanu izinkwa eziyisihlanu ukuthi nabutha iziqabetho ezingaki ezigcwele imvuthuluka na ? Bathi kuye: Ishumi nambili.