UJehova uyakuyala isibusiso sibe phezu kwakho ezinqolobaneni zakho nakukho konke obeka kukho isandla sakho , akubusise ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.
Wake wangena ezinqolobaneni zeqhwa, wabona izinqwaba zesichotho,
Ubuthela ndawonye amanzi olwandle njengenqwaba ; uwabeka ajulileyo ezinqolobaneni.
Bukani izinyoni zezulu ukuthi azihlwanyeli , azivuni, azibekeleli ezinqolobaneni; nokho uYihlo wasezulwini uyazondla . Nina kanizidluli kakhulu na?