Skip to Content

"ihlawulo"

10 occurrences in ZUL

Uma kubekwa phezu kwakhe ihlawulo , uyakukhokha konke okubekwa phezu kwakhe, kube yisihlengo sokuphila kwakhe.

Nxa ubala inani labantwana bakwa -Israyeli ngokwalabo ababalwayo , yilowo nalowo kubo makathele kuJehova ihlawulo lomphefumulo wakhe , lapho ubabalayo, ukuba kungabikho sifo phakathi kwabo, nxa ubabala.

Futhi aniyikuthatha ihlawulo lokuphila kombulali onecala lokubulala , kodwa wobulawa nokubulawa.

Aniyikuthatha ihlawulo l obalekele emzini wakhe wokuphephela ukuba abuye ahlale ezweni, engakafi umpristi.

Aniyikungcolisa izwe enikulo , ngokuba igazi liyalingcolisa izwe ; alikho ihlawulo lezwe ngegazi elichithakele kulo, kuphela ngegazi lolichithile.

uNkulunkulu abeseba nomusa kuye , athi: M khulule ukuba angehleli egodini, sengitholile ihlawulo,

Umuntu angemhlenge umfowabo, angemnike uNkulunkulu ihlawulo ngaye.

Ayiyikunaka neze ihlawulo; ayaneliswa, noma uphana ngezipho eziningi.

Ihlawulo lokuphila komuntu liyingcebo yakhe , kepha ompofu akezwa ukukhuzwa.

Onolaka olukhulu uyathweswa ihlawulo , ngokuba uma umophula, umelwe ukukuphinda.