"ijeriko"
7 occurrences in ZUL
IJeriko lalivalile amasango alo ngenxa ya bantwana bakwa -Israyeli; kwakungaphumi muntu, kungangeni muntu.
UJehova wathi kuJoshuwa : Bheka, nginikele esandleni sakho iJeriko , nenkosi yalo, namaqhawe anamandla.
Kepha uRahabi isifebe , nabendlu kayise , nabo bonke anabo , uJoshuwa wabasindisa; uhlala phakathi kuka-Israyeli kuze kube namuhla , lokhu wathukusa izithunywa uJoshuwa azithuma ukuba zihlole iJeriko.
uyakwenza kulo i-Ayi nenkosi yalo njengalokho wenza kulo iJeriko nenkosi yalo; impango yalo kuphela nezinkomo zalo niyakuziphangela khona . Wuqamekele umuzi emva kwawo.