"ikhebari"
8 occurrences in ZUL
Kwathi ngomnyaka wamashumi amathathu ngenyanga yesine ngolwesihlanu, ngiphakathi kwabathunjwa ngasemfuleni iKhebari , lavuleka izulu, ngabona imibono ngoNkulunkulu.
izwi likaJehova lafika kuHezekeli umpristi , indodana kaBuzi , ezweni lamaKaledi ngasemfuleni iKhebari . Isandla sikaJehova sasiphezu kwakhe lapho.
Ngafika kubathunjwa ngaseTheli Abibi ababehlezi ngasemfuleni iKhebari , lapho babehlala khona ; ngahlala kho na phakathi kwabo izinsuku eziyisikhombisa ngimangele.
Ngasuka, ngaphuma ngaya ethafeni ; bheka, inkazimulo kaJehova yayimi khona njengenkazimulo engayibona ngasemfuleni iKhebari , ngawa ngobuso bami.
Yilezi zidalwa engazibona phansi kukaNkulunkulu ngasemfuleni iKhebari, ngazi ukuthi zazingamakherubi.