"imikhosi"
9 occurrences in ZUL
Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: Imikhosi emisiweyo kaJehova eniyakuyimemezela ibe yimihlangano engcwele , yona iyimikhosi yami emisiweyo.
Nansi imikhosi emisiweyo kaJehova , imihlangano engcwele eniyakuyimemezela ngezikhathi zayo ezimisiweyo.
Wo kuwe Ariyeli , Ariyeli, umuzi lapho amisa khona uDavide . Yengezelani umnyaka emnyakeni, imikhosi iyingilize,
Yachitha idokodo layo njengelensimu , yaqeda indawo yayo yo kuhlangana. UJehova wenza ukuba kukhohlakal e imikhosi emisiweyo namasabatha eSiyoni, wadelela ngokufutheka kolaka lwakhe inkosi nompristi.
Ngiyakwenza ukuba iphele yonke intokozo yakhe , imikhosi y akhe, nokwethwasa kwenyanga , namasabatha akhe , nayo yonke imikhosi yakhe emisiweyo.