Skip to Content

"imizana"

5 occurrences in ZUL

UJayire indodana kaManase wahamba wathatha imizana yalo , wayibiza ngokuthi iHawoti Jayire.

nayo yonke imizana eyayinxazonke zaleyo mizi kuze kube seBalati Beri , iRama laseNingizimu. Lokho kwakuyifa lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni ngemindeni yabo.

Imizana yabo yayiyi -Etamu, ne-Ayini, neRimoni, neThokheni, ne-Ashani, imizi eyisihlanu,

kanye nayo yonke imizana eyayiyizungeza le mizi kwaze kwaba seBali . Lezo zaziyizindawo zabo, bebhalwe ngezizukulwane zabo.

naseBeti Gilig ali, nasemasimini aseGeba , nase-Azimaveti, ngokuba babezakhele imizana nxazonke zeJerusalema.