Skip to Content

"imvuthuluka"

10 occurrences in ZUL

Yena wathi: Yebo, Nkosi; kepha nezinjana zidla imvuthuluka ewa etafuleni labaninizo.

Badla bonke , basutha, babutha imvuthuluka eseleyo , amaqoma ayisikhombisa agcwele.

Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, iziqabetho eziyishumi nambili ezigcwele.

Babutha imvuthuluka , iziqabetho eziyis humi nambili ezigcwele , neyezinhlanzi.

Kodwa waphendula , wathi kuye : Yebo, Nkosi; kepha nezinjana zidla imvuthuluka yabantwana phansi kwetafula.

Badla, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, amaqoma ayisikhombisa.

mhla ngihlephulela abayizinkulungwane eziyisihlanu izinkwa eziyisihlanu ukuthi nabutha iziqabetho ezingaki ezigcwele imvuthuluka na ? Bathi kuye: Ishumi nambili.

Mhla ziyisikhombisa kwaba yizinkulungwane ezine , nabutha amaqom a amangaki agcwele imvuthuluka na? Bathi: Isikhombisa.

Badla, basutha bonke , kwabuthwa imvuthuluka ey asala kubo , iziqabetho eziyishumi nambili. Isivumo sikaPetru. Ukuhlushwa kukaJesu nokwabamlandelayo (Math. 16:13; Mark. 8:27; Math. 16:21; Mark. 8:31)

Kuthe sebesuthi , wathi kubafundi bakhe : Buthani imvuthuluka eseleyo , kungachitheki lutho.