nembila, ngokuba iyetshisa, ingahlukanisi kodwa inselo; ingcolile kini;
nengulube, ngokuba iyahlukanisa inselo , idabula inselo kabili, ingetshisi kodwa; ingcolile kini.
Kepha uma amanzi ethelwa embewini, izidumbu zazo ziwele phezu kwayo, ingcolile kini.
Umpristi uyakubheka inyama ebomvu, asho athi ungcolile; inyama ebomvu ingcolile, iluchoko.
umpristi ayibheke emva kokuhlanzwa kwesifo ; bheka, uma ibala lingaphendulile umbala walo , lingandile, ingcolile; woyishisa ngomlilo ; kungumcothu odlayo noma iqothukile ngaphakathi noma ngaphandle.
umpristi uyakungena abheke ; uma isifo sandile endlini , bheka, kuluchoko olubi endlini; ingcolile.
nengulube, ngokuba iyahlukanisa inselo , ingetshisi kodwa ; ingcolile kini ; aniyikuyidla inyama yazo, ningathinti izidumbu zazo.