Skip to Content

"inselo"

9 occurrences in ZUL

zonke ezahlukanisa inselo , nezidabula inselo kabili , nezetshisayo kuzo izilwane, lezo ningazidla.

Kepha lezi aniyikuzidla kwezetshisayo nakwezahlukanisa inselo: ikamela, ngokuba liyetshisa, lingahlukanisi kodwa inselo; lingcolile kini;

nembila, ngokuba iyetshisa, ingahlukanisi kodwa inselo; ingcolile kini;

nonogwaja, ngokuba uyetshisa, engahlukanisi kodwa inselo; ungcolile kini;

nengulube, ngokuba iyahlukanisa inselo , idabula inselo kabili, ingetshisi kodwa; ingcolile kini.

Zonke izilwane ezahlukanisa inselo , zingayidabuli kabili kodwa , zingetshisi, zingcolile kini; bonke abazithintayo bayakuba ngabangcolile.

nengulube, ngokuba iyahlukanisa inselo , ingetshisi kodwa ; ingcolile kini ; aniyikuyidla inyama yazo, ningathinti izidumbu zazo.

Ningadla nezilwane ezahlukanisa inselo, ezidabula inselo kabili, ezetshisayo kuzo izilwane.

Nokho lezi aniyikuzidla kwezetshisayo nakuzo ezidabula inselo : ikamela, nonogwaja, nembila, ngokuba ziyetshisa , zingahlukanisi kodwa inselo ; zingcolile kini;