"intamo"
15 occurrences in ZUL
Onke amazibulo ezimbongolo wowahlenga ngewundlu; uma ungawahlengi, wowaphula intamo; amazibulo onke abantu kumadodana akho wowahlenga.
Kepha izibulo lembongolo wolihlenga ngewundlu ; uma ungalihlengi , ulaphule intamo . Amazibulo onke amadodana akho wowahlenga , kungabonakali muntu phambi kwami engaphethe lutho.
onke amalunga alowo muzi oseduze nobuleweyo ayakuhlamba izandla zawo phezu kwesithokazi esaphulelwe intamo esigodini,
Kwathi esaphatha umphongolo kaNkulunkulu , wawa nyovane esihlalweni sakhe ngaseceleni kwesango , kwaphuka intamo yakhe , wafa, ngokuba wayengumuntu omdala, esinda. Wayebahlulele abakwa-Israyeli iminyaka engamashumi amane.
Kepha abalalelanga ; benza lukhuni intamo yabo njengentamo yawoyise abangakholwanga nguJehova uNkulunkulu wabo.
Intamo yakho injengoMbhoshongo woPhondo lweNdlovu ; amehlo akho angamachibi aseHeshiboni ngasesangweni laseBati Rabimi; impumulo yakho injengombhoshongo waseLebanoni obhekene neDamaseku.
Wayihlubuka inkosi uNebukadinesari eyayimfungisile uJehova , wenza lukhuni intamo yakhe , wenza lukhuni nenhliziyo yakhe ukuba ingaphendukeli kuJehova uNkulunkulu ka-Israyeli.
wabaxwayisa ukuba ubabuyisele emthethweni wakho, kepha baqholosha, kabayilalelanga imiyalo yakho, kodwa bona ezahlulelweni zakho, okothi uma umuntu ezenza , uyakuphila ngazo , baphendula ihlombe ngenkani , benza lukhuni intamo yabo, abaze bezwa.
Intamo yakho injengombhoshong o kaDavide owakhiwe ngemihlobiso , okuphanyekwa kuwo amahawu ayinkulungwane , onke eyizihlangu zamaqhawe.
nakuba bengalalelanga , bengabekanga izindlebe , kepha benza lukhuni intamo yabo, ukuze bangezwa, balaywe.
Usho kanje uJehova Sebawoti , uNkulunkulu ka -Israyeli, uthi: Bhekani, ngiyakwehlisela phezu kwalo muzi nemizana yawo konke okubi engikushilo ngawo, ngokuba benze lukhuni intamo yabo, ukuze bangezwa amazwi ami.
Kuyakuthi isizwe nombuso okungayikumkhonza ye na, uNebukadinesari, inkosi yaseBabele , kungabeki intamo yakho phansi kwejoka lenkosi yaseBabele, leso sizwe ngisijezise , usho uJehova , ngenkemba, nangendlala, nangesifo, ngize ngisiqede ngesandla sakhe.