Umpristi uyakuthatha iqoma esandleni sakho , alibeke phansi phambi kw e- altare likaJehova uNkulunkulu wakho.
Kuyakubusiswa iqoma lakho, nomkhombe wakho wokuxova isinkwa.
Iqoma lakho liyakuqalekiswa, kuqalekiswe nomkhombe wakho wokuxova isinkwa.
Elinye iqoma lalin amakhiwane amahle kakhulu , enjengamakhiwane ayingqalabutho; elinye iqoma lalinamakhiwane amabi kakhulu , engenakudliwa ngobubi bawo.
INkosi uJehova yayisingibonisa kanje : bheka, nanto iqoma lezithelo zasehlobo.
Yathi: Amose, ubonani na ? Ngathi: Iqoma lezithelo zasehlobo . Wayesethi uJehova kimi : Ukuphela sekufikile kubantu bami u-Israyeli; angisayikumdlula.