njengokuba kulotshiwe encwadini yamazwi ka-Isaya umprofethi ukuthi: Izwi lomemezayo ehlane, lithi: Lungisani indlela yeNkosi , nenze imikhondo yayo iqonde.
Amazwi ami bawahlanekezela usuku lonke ; yonke imicabango yabo iqonde ukungona.
Ngifundise, Jehova, indlela yakho; ngiyakuhamba eqinisweni lakho; yenza inhliziyo yami iqonde ntonye, yesabe igama lakho.
Ngokuba nguye akhuluma ngaye umprofethi u-Isaya, ethi: Izwi lomemezayo ehlane, lithi: Lungisani indlela yeNkosi, nenze imikhondo yayo iqonde.
izwi lomemezayo ehlane, lithi: Lungisani indlela yeNkosi, nenze imikhondo yayo iqonde,
induna yenkulungwane yayala ukuba angeniswe ekamu , yathi akahlolwe ngenduku, ukuze iqonde ukuthi kungasiphi isici bememeza kanje ngaye.