Ivila lithi : Kukhona ingonyama ngaphandle ; ngiyakubulawa phandle esigcawini.
Ivila lithi: Kukhona ingonyama endleleni nebhubesi esigcawini.
Ivila liyafaka isandla salo esitsheni ; kuyamkhathaza ukusibuyisela emlonyeni walo.
Ivila lihlakaniphile emehlweni al o kunabayisikhombisa abaphendula ngokuhlakanipha.
Njengoviniga emazinyweni nomusi emehlweni , linjalo ivila kwabalithumileyo.
Ivila liyafaka isandla salo esitsheni; alisibuyiseli nasemlonyeni walo.
Ngenxa yobusika ivila ali yikulima; ngalokho uyakuthekela ngesikhathi sokuvuna, kungekho lutho.