Kwabikwa kuDavide ukuthi : Bheka, amaFilisti ayalwa neKeyila , aphanga izibuya.
Ungajabuli, Israyeli, kube nguku thokoza njengokwabezizwe , ngokuba umukile kuNkulunkulu wakho ngokufeba , wathanda inkokhelo kuzo zonke izibuya zamabele.
Izibuya ziyakugcwala amabele , nezikhongozelo ziyakuchichima iwayini namafutha.