Amadodana kaGereshoni: ngoLibini noShimeyi ngemindeni yawo.
Lawa angamagama amadodana kaGereshoni ngemindeni yawo : oLibini noShimeyi.
Imfanelo yamadodana kaGereshoni etendeni lokuhlangana iyakuba yitabernakele, netende, nesimbozo salo , neveli lomnyango wetende lokuhlangana,
Bala umumo wamadodana kaGereshoni nawo ngezindlu zawoyise nangemindeni yawo
Labo ababalwayo bamadodana kaGereshoni ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise,
Yilabo ababalwayo bemindeni yamadodana kaGereshoni, bonke abakhonza etendeni lokuhlangana , ababalwa nguMose nangu -Aroni njengesiyalezo sikaJehova.
Izinqola ezimbili nezinkabi ezine wazinika amadodana kaGereshoni ngomsebenzi wawo,
Itabernakele lasuswa; amadodana kaGereshoni namadodana kaMerari asuka elithwala itabernakele.
Amadodana kaLadani , amadodana kaGereshoni akwaLadani , izinhloko zawoyise zakwaLadani umGereshoni, amaJehiyeli,