KwaBenjamini: u-Abidani indodana kaGideyoni.
Nesizwe sakwaBenjamini ; isikhulu sabantwana bakwaBenjamini siyakuba ngu-Abidani indodana kaGideyoni.
Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu : izinkabi ezimbili , nezinqama eziyisihlanu , nezimpongo eziyisihlanu , nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye ; lokho kwakungumnikelo ka -Abidani indodana kaGideyoni.
Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaBenjamini kwakungu -Abidani indodana kaGideyoni.
Umngane wakhe waphendula wathi : Lokhu akulutho ngaphandle kwenkemba kaGideyoni indodana kaJowashi , umuntu wakwa -Israyeli; uNkulunkulu unikele esandleni sakhe uMidiyani nempi yonke.
AbakwaMidiyani bathotshiswa kanjalo phambi kwabantwana bakwa - Israyeli, ababe besaphakamisa amakhanda abo . Izwe lathula iminyaka engamashumi amane ezinsukwini zikaGideyoni. Amadodana kaGideyoni nokufa kwakhe