Amadodana kaNafetali: ngoJaseli, noGuni, noJeseri, noShilemi.
Amadodana kaNafetali ngemindeni yawo : kwaJaseli: ngumndeni wakwaJaseli; kwaGuni: ngumndeni wakwaGuni;
Yileyo eyimindeni kaNafetali ngemindeni yayo ; ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nanhlanu namakhulu amane.
Amadodana kaNafetali : ngoJasiyeli, noGuni, noJeseri, noShalumi, amadodana kaBiliha.