Kepha indodana kadadewabo kaPawulu yezwa ngokumqamekela kwabo , yafika yangena ekamu, yambikela uPawulu.
Khona uFestu esekhulumile nomp hakathi waphendula wathi : Ulidlulisele kuKesari, uzakuya kuKesari. U-Agripha ubikelwa indaba kaPawulu
Sebehlezi khona izinsuku eziningi, uFestu weneka phambi kwenkosi indaba kaPawulu, wathi: Kukhona indoda ethile eyashiywa nguFeliksi iboshiwe;