Skip to Content

"khonzani"

19 occurrences in ZUL

nazi ukuthi niyakwamukela umvuzo wefa eNkosini . Khonzani iNkosi uKristu.

Khonzani kubazalwane abaseLawodikeya , nakuNimfa, nasebandleni lakwakhe.

UGali indodana ka-Ebedi wathi: Ngubani u-Abimeleki, ngubani uShekemi, ukuba simkhonze, na? Akasiyo indodana kaJerubali, noZebule yinduna yakhe na? Khonzani abantu bakaHamori uyise kaShekemi. Thina siyakumkhonzelani yena na?

Washo kumaLevi afundisa wonke u-Israyeli, ayengcwele kuJehova, wathi: Bekani umphongolo ongcwele endlini ayakhayo uSolomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli; akusayikubakho mthwalo emahlombe enu ; khonzani manje uJehova uNkulunkulu wenu nabantu bakhe u-Israyeli.

Ningabalaleli; khonzani inkosi yaseBabele nize niphile; ubuyakuchithelwani lo muzi na?

Khonzani koPriska no-Akwila, izisebenzi ezikanye nami kuKristu Jesu,

Khonzani nasebandleni elisendlini yabo. Khonzani ku-Ephenetu, isithandwa sami, ongulibo lwase-Asiya kuKristu.

Khonzani kuMariya owanisebenzela kakhulu.

Khonzani ko -Anidroniku n oJuniya abayizihlobo zami , ababe yiziboshwa kanye nami, abaqhamileyo kubaphostoli nababe kuKristu ngaphambi kwami.

Khonzani ku-Ampiliyatu, isithandwa sami eNkosini.

Khonzani ku-Urbanu, isisebenzi kanye nathi kuKristu nakuStaku, isithandwa sami.

Khonzani ku -Aphele, othembekileyo kuKristu . Khonzani kwabakwa- Arisitobulu.

Khonzani kuHerodiyone , isihlobo sami . Khonzani kwabakwaNarkisu abaseNkosini.

Khonzani koTrifina noTrifosa abakhandleka eNkosini . Khonzani kuPersisi othandekayo, owakhandleka kakhulu eNkosini.

Khonzani kuRufu okhethiweyo eNkosini nakunina ongumame.

Khonzani ko -Asinkiritu, noFilegu, noHerme, noPhatroba, noHerma nabazalwane abanabo.

Khonzani koFilologu noJuliya , kuNerewu nodadewabo , naku-Olimpa nakwabangcwele bonke abanabo.

Khonzani kubazalwane bonke ngokwanga okungcwele.

Khonzani kubo bonke abaniholayo nakubo bonke abangcwele. Abase-Italiya bayakhonza kini.