Skip to Content

"kubafarisi"

7 occurrences in ZUL

Kepha kwathi ebona abaningi kubaFarisi nabaSadusi beza embhapathizweni, wathi kubo : Nzalo yezinyoka , ngubani onibonise ukubalekela intukuthelo ezayo na?

Kwathi ekungeneni kwakhe ngesabatha endlini yomunye waba yizikhulu kubaFarisi ukuba adle ukudla, bona uqobo babemqaphele.

Labo ababethunyiwe babevela kubaFarisi.

Bamyisa kubaFarisi lowo okade eyimpumputhe.

Ngakho abanye kubaFarisi bathi : Lona kaveli kuNkulunkulu , lokhu engagcini isabatha . Abanye bathi : Umuntu oyisoni angazenza kanjani izibonakaliso ezinje na? Kwaba khona ukwahlukana phakathi kwabo.

Labo kubaFarisi ababenaye bezwa lokho , bathi kuye : Pho, nathi siyizimpumputhe na?

Kepha abanye babo baya kubaFarisi, babatshela abekwenzile uJesu.