lowo okufika kwakhe kungokokusebenza kukaSathane ngawo onke amandla, nezibonakaliso, nezimangaliso zamanga,
angabi ngosanda kukholwa , funa ngokukhukhumala ayele ekulahlweni kukaSathane.
Kodwa ngithi kinina eniseleyo eThiyathira, nonke eningenaso lesi sifundiso, eningakwaziyo okujulile yo kukaSathane njengabakushoyo: Kangiphonsi phezu kwenu omunye umthwalo;
Ubusisiwe, ungcwele onesabelo ekuvukeni kokuqala; kulabo ukufa kwesibili akunamandla, kepha bayakuba ngabapristi bakaNkulunkulu nabakaKristu, babuse kanye naye iminyaka eyinkulungwane. Ukukhululwa kukaSathane