U-Israyeli makamethembe uJehova , ngokuba umusa ukuJehova , nokukhulula okuningi kukuye.
Ubumpofu nehlazo kukuye onqaba ukulaywa , kepha onaka ukusolwa uyadunyiswa.
Kepha mina ngiyakukuhlabela ngezwi lokudumisa , ngigcwalise engikuthembisileyo. Ukusindiswa kukuye uJehova.