UJesu waqalaza , wathi kubafundi bakhe : Kulukhuni kangakanani kwabanomnotho ukungena embusweni kaNkulunkulu.
Kepha abafundi bethuka ngamazwi akhe. UJesu wabuye waphendula, wathi kubo: Bantwana, kulukhuni kangakanani kwabethemba umnotho ukungena embusweni kaNkulunkulu.
UJesu embona wathi : Kulukhuni kangakanani kwaba nomnotho ukungena embusweni kaNkulunkulu.
Wawa phansi emhlabathini , wezwa izwi lithi kuye : Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na? Kulukhuni kuwe ukukhahlela ezinkandini.
kwathi sesiwile phansi sonke emhlabat hini, ngezwa izwi likhuluma kimi ngo limi lwesiHeberu , lithi: Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na? Kulukhuni kuwe ukukhahlela ezinkandini.