Skip to Content

"kungcwele"

5 occurrences in ZUL

Uma kusala inyama yokwahlu kaniselwa kuze kuse noma isinkwa , ukushise okuseleyo ngomlilo, kungadliwa, ngokuba kungcwele.

Nokweshumi konke kwezwe , okwembewu yezwe noma okwezithelo zemithi, kungokukaJehova; kungcwele kuJehova.

umpristi akuzulis e, kube ngumnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova ; lokhu kungcwele kumpristi kanye nesifuba sokuzuliswa nethanga lokuphakanyiswa; emva kwalokho umNaziri angaphuza iwayini.

Kepha lonke isiliva , negolide, nezitsha zethusi nezensimbi kungcwele kuJehova; kuyakungena endlini yengcebo kaJehova.

Kulugibe ukusho ngamawala ukuthi : Kungcwele, abesebuya acabange emva kwezithembiso zakhe.