Skip to Content

"kungokwami"

6 occurrences in ZUL

ULabani waphendula, wathi kuJakobe: Amadodakazi angamadodakazi ami, abantwana bangabantwana bami , imihlambi iyimihlambi yami ; konke okubonayo kungokwami ; lawa madodakazi ami ngingawenzela ntoni namuhla, nabantwana bawo abazalileyo, na?

Ngahlukanisele onke amazibulo , konke okuvula isizalo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, kubantu nasezinkomeni; kungokwami.

Konke okuvula isizalo kungokwami, nawo onke amaduna ezinkomo zakho, amazibulo ezinkomo nawezimvu.

Ngubani ongandulele ukuba ngimbuyisele na ? Konke okuphansi kwezulu kungokwami.

Konke uBaba anakho kungokwami ; ngalokho-ke ngithe uyakuthatha kokwami, anibikele. Ukumuka nokubuya kukaJesu

Konke okwami kungokwakho , nokwakho kungokwami ; ngikhazimulisiwe kubona.