Skip to Content

"kungukuphila"

5 occurrences in ZUL

ukuba umthande uJehova uNkulunkulu wakho , ulilalele izwi lakhe , unamathele kuye , ngokuba lokho kungukuphila kwakho nobude bezinsuku zakho, ukuze uhlale ezweni uJehova alifungela oyihlo, o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe, ukubanika lona.

Ngokuba akusiyo into eyize kini ; lokho kungukuphila kwenu, nangale nto niyakuzandisa izinsuku zenu ezweni eniwela iJordani ukuba ningene kulo ukulidla.

Bambelela ekulayweni , ungakuyeki; kulonde, ngokuba kungukuphila kwakho.

ngokuba kungukuphila kwabakufumanayo nempilo yomzimba wonke wabo.

Ngokuba ukunaka kwenyama kungukufa , kepha ukunaka kukaMoya kungukuphila nokuthula.