Skip to Content

"kupawulu"

6 occurrences in ZUL

Kwabonakala kuPawulu umbono ebusuku ; indoda ethile yaseMakedoniya eyayimi imncenga yathi: Welela eMakedoniya, usisize.

INkosi yayisithi kuPawulu ngombono ebusuku : Ungesabi, kepha khuluma, ungathuli,

Safumana abafundi , sahlala khona izinsuku eziyisikhombisa ; bona bathi ngoMoya kuPawulu, angalubeki unyawo eJerusalema.

Khona u -Agripha wathi kuPawulu : Uvunyelwe ukuba uzikhulumele . UPawulu wayeselula isandla, waziphendulela wathi:

U-Agripha wathi kuPawulu : Kusilele kancane ungivumise ngibe ngumKristu.

sengibekelwe umqhele wokulunga eyakungipha wona ngalolo suku iNkosi , umahluleli olungileyo , kungeyimi ngedwa , kepha bonke abathandile ukubonakala kwayo. UThimothewu ucelwa ukuba afike kuPawulu