Skip to Content

"kusobala"

8 occurrences in ZUL

bathi: Sizakubenzani laba bantu na ? Ngokuba kusobala kubo bonke abakhileyo eJerusalema ukuthi isibonakaliso esiqhamileyo senziwe yibo , asinakukuphika.

ngokuba lokho okwazekayo ngoNkulunkulu kusobala phakathi kwabo ; ngokuba uNkulunkulu ukubonakalisile kubo.

Ngokuba izinto zonke uzithobisele phansi kwezinyawo zakhe . Kepha nxa ethi: Izinto zonke zithotshisiwe , kusobala ukuthi ungaphandle kwazo yena ozithobisele phansi kwakhe.

Kepha ukuthi ngomthetho akukho muntu olungisiswayo phambi kukaNkulunkulu kusobala, ngokuba olungileyo uzakuphila ngokukholwa;

ngokuba asilethanga lutho ezweni ; kusobala ukuthi singemuke nalutho futhi;

futhi akukho nto edaliweyo engabonakali phambi kwakhe , kepha konke kwambuliwe kusobala emehlweni akhe esiyakuzilanda kuye. SinomPristi omkhulu ongasisiza

Ngokuba kusobala ukuthi iNkosi yethu ivele kuJuda , isizwe uMose angakhulumanga lutho ngaso ngobupristi.

Ikakhulu kusobala lokho , uma kumiswa omunye umpristi ofana noMelkisedeki,